• А
  • Б
  • В
  • Г
  • Д
  • Е
  • Ж
  • З
  • И
  • К
  • Л
  • М
  • Н
  • О
  • П
  • Р
  • С
  • Т
  • У
  • Ф
  • Х
  • Ц
  • Ч
  • Ш
  • Э
  • Ю
  • Я
  • A
  • B
  • C
  • D
  • E
  • F
  • G
  • H
  • I
  • J
  • K
  • L
  • M
  • N
  • O
  • P
  • Q
  • R
  • S
  • T
  • U
  • V
  • W
  • X
  • Y
  • Z
  • #
  • Текст песни Naima Kay - Izinganezethu

    Просмотров: 2
    0 чел. считают текст песни верным
    0 чел. считают текст песни неверным
    Тут находится текст песни Naima Kay - Izinganezethu, а также перевод, видео и клип.

    Awuyek'ukuhlukumez'izingane zethu
    Awuyek'ukubulal'ikusasa lazo
    Uzizw'unjani na
    Uma kukhalwa ngenxa yakho
    Awuyek'ukubulal'isizwe sethu
    Nawe wazalwa umama
    Bajabula bonk'ekhaya
    Kwenzenjani na mase kunjena
    Bakunika lonk'uthando
    Waze waba mdala
    Kwenzenjani na mase kunjena
    Awuyek'ukuhlukumez'izingane zethu
    Awuyek'ukubulal'ikusasa lazo
    Uzizw'unjani na
    Uma kukhalwa ngenxa yakho
    Awuyek'ukubulal'isizwe sethu
    Awunamahloni?
    Uyenza kanjan'int'enjena
    Ubulwan'obungaka, ubuhlung'obungaka
    Ungazizwa kanjani na
    Uma bekuthiwa ingane yakho
    Ungazizwa kanjani na
    Uma bekuthiwa udadewenu
    Ngiyakuncenga, sukumhlukumeza
    Umbon'enje akakakhuli
    Yekela lonto, yekela lonto
    Uyenza kanjan'int'enjena
    (Awuyek'ukuhlukumez'izingane zethu) Oh awuyeke
    Awuyek'ukubulal'ikusasa lazo
    Uzizw'unjani na
    (Uma kukhalwa ngenxa yakho) Oh no no no
    (Awuyek'ukubulal'isizwe sethu) Yekela, yekela
    Awuyek'ukuhlukumez'izingane zethu
    Awuyek'ukubulal'ikusasa lazo
    Uzizwa kanjani na (Uzizw'unjani na)
    (Uma kukhalwa ngenxa yakho) Eyi, uph'unembeza
    Awuyek'ukubulal'isizwe sethu
    Awuyek'ukuhlukumez'izingane zethu
    (Awuyek'ukubulal'ikusasa lazo) Hayi sekwanele
    (Uzizw'unjani na) Hayi bo
    (Uma kukhalwa ngenxa yakho) Siyakukhuza wena
    Awuyek'ukubulal'isizwe sethu
    Sekwanele

    Опрос: Верный ли текст песни?
    ДаНет