• А
  • Б
  • В
  • Г
  • Д
  • Е
  • Ж
  • З
  • И
  • К
  • Л
  • М
  • Н
  • О
  • П
  • Р
  • С
  • Т
  • У
  • Ф
  • Х
  • Ц
  • Ч
  • Ш
  • Э
  • Ю
  • Я
  • A
  • B
  • C
  • D
  • E
  • F
  • G
  • H
  • I
  • J
  • K
  • L
  • M
  • N
  • O
  • P
  • Q
  • R
  • S
  • T
  • U
  • V
  • W
  • X
  • Y
  • Z
  • #
  • Текст песни Phuzekhemisi - Yekani Insangu

    Просмотров: 1
    0 чел. считают текст песни верным
    0 чел. считают текст песни неверным
    Тут находится текст песни Phuzekhemisi - Yekani Insangu, а также перевод, видео и клип.

    Bantwan'abancane musani ukubhem'insangu
    Bantwan'abancane musani ukudl'iyidakamizwa
    Yekani insangu
    Ngisho esikoleni niyafeyila nibhem'insangu
    Ngisho esikoleni niyafeyila nibhem'insangu
    Yekani insangu
    Bantwan'abancane musani ukubhem'insangu
    Zingan'ezincane musani ukubhem'iyidakamizwa
    Niyadlwengula niyabulala angith'yintsangu
    Yekani insangu
    Bantwan'abancane aniyekeni ukudl'iyidakamizwa
    Bantwan'abancane musani ukudl'iyidakamizwa
    Yekani insangu
    Yekani insangu bafana yekani
    Yekani insangu izonifak'enkingeni
    Yekani insangu bafana yekani
    Yekani insangu izonifak'enkingeni
    Yekani insangu bafana yekani
    Yekani insangu izonifak'enkingeni
    Nasesikolweni niyafeyila nibhem'insangu
    Esikolweni nilwa nothisha angith' yinsangu
    Nasesikolweni nilwa nothisha angith' yinsangu
    Bantwan'abancane musani ukubhem'insangu
    Yekani insangu
    Anihloniphi angithi nibhem'insangu
    Hawu ngenhlonipho ke angithi nibhem'insangu
    Bantwan'abancane musani ukwenza njalo bo
    Bantwan'abancane musani ukwenza njalo bo
    Bantwan'abancane musani ukubhem'insangu
    Bantwan'abancane musani ukubhem'insangu
    Angithi yinsangu (Yekani insangu bafana yekani)
    Niyadlwengula niyabulala nibhem'intsangu (Yekani insangu izonifak'enkingeni)
    Anina nhlonipho angith'insangu (Yekani insangu bafana yekani)
    Anina nhlonipho nje angith'insangu (Yekani insangu izonifak'enkingeni)
    Niyadlwengula niyabulala nibhem'intsangu (Yekani insangu bafana yekani)
    Yekani insangu (Yekani insangu izonifak'enkingeni)
    Bantwan'abancane musani ukudl'iyidakamizwa (Yekani insangu bafana yekani)
    Bantwan'abancane musani ukudl'iyidakamizwa (Yekani insangu)
    (Izonifak'enkingeni)
    Yekani insangu (Yekani insangu bafana yekani)
    Niyafeyila angith'insangu (Yekani insangu izonifak'enkingeni)
    Ngisho esikolweni niyafeyila nje insangu (Yekani insangu bafana yekani)
    Anihloniph'othisha angithi yinsango (Yekani insangu izonifak'enkingeni)

    Опрос: Верный ли текст песни?
    ДаНет